Kuke kwavela izindaba zokuthi lo msakazi uke wanikela emahhovisi akwa-SABC eThekwini ngenhloso yokucela ukubuyiselwa emoyeni ...
NJENGOBA siphume kuFebhuwari, inyanga eyaziwa ngokuthi ingeyothando neqhakanjiswa kakhulu ngabantu abasuke besebudlelwaneni bezothando, kuningi abakwenzile benzela ukuzijabulisa nokuqinisa ubudlelwano ...
IKaizer Chiefs iphinde yahluleka ukuwina umdlalo wesithathu kulandelana kule sizini ngesikhathi ibanjwa yiCape Town City ...
Lezi zinselelo ziqale ngesikhathi iPSL imemezela ngoFebhuwari ukuthi izomiswa yonke imidlalo ebandakanya iRoyal AM ngenxa ...
Uveze ukuthi ukuphundlwa kwesabelomali soMnyango wezeMfundo yikona okudale lezi zinkinga.
ABENGADEDELI lutho oludlula emgwaqeni izolo endaweni yaseMaoti, eNanda, amaphoyisa ngemuva kombhikisho obe ngoMsombuluko nala kugcine kudubuleke khona amalungu omphakathi amathathu edutshulwa ...
Uyise wale ntombazane, eyashona ifunda uGrade 10 eDabeka Secondary School, eMaqadini, uMnuz Delani Mhlongo uthe okwenza yena namalungu omndenij wakhe bangakutholi ukuphumula ngalesi simo wukuthi manje ...
UNGQONGQOSHE wezeziMali uMnuz Enoch Godongwana uveze ukuthi izibonelelo zikahulumeni zabelwe izigidigidi ezingu-R284.7 ngonyakamali ka-2025/26. Kuthiwa bangu28 million abantu bakuleli abathola ...
KUZOCACA uma uNgqongqoshe wezeZimali, uMnuz Enoch Godongwana, esethula isabelomali ukuthi izonyuswa yini intela ...
UFUNA ukubona ubulungiswa ngokushesha umndeni webhungu okuthiwa lishaywe ngonogada abaqapha inxanxathela yezitolo eChatsworth ...
SEKUQUBUKE umsindo wokusolana kwizitshudeni zase-University of South Africa (UNISA) ebezifundela umkhakha wobuthishela ...
Ngeledlule iMK ne-ATM basayine isivumelwano sokusebenzisana ePhalamende, nakuzo zonke izinhlelo ezithinta umphakathi. La ...